Maranatha Media - Zulu South Africa
Umbhali Adrian Ebens
shicilelwe UZiba 02, 2024
Amadanlod 19

Ezinye izinkulumo

български език English Deutsch 國語 Русский Español

Kwenzekani kulabo abangamamukeli uJesu njengeNkosi noMsindisi? Abaqali bendlela banokuningi kulesisihloko ngoba babebhekene nemibono embili ephikisanayo.  Ibandla eliOrthodox ebelithi ababi bazobhubha esihogweni unomphela ngakolunye uhlangothi kunabanombono othi umuntu wonke uzosindiswa.  

Imfundiso Yabalindi yokubhubha komphefumulo nokuhlanzwa kwethempeli, ukwehlulela, ukusulwa encwadini yokuphila kanye nokubuyisana kokugcina kuletha impendulo embuzweni yesiphetho sababi sicace.

Isihloko kukhulunywe ngaso kaningi. Ekukhulumeni nama Universalists kanye nabakholelwa ekubhubheni okuphakade, indawo ebanjwe Abalindi isekelwe amaqiniso eBhayibheli.

Lamaphepha ahlanganiswe njengesikhumbhuzo kulabo abahamba phambi kwethu ukuze babeke isisekelo esingeke sanyakaza seqiniso. Asakheni esisekelweni sabo nathi sisindiswe.